NJENGOBA sekubalwa amahora kududulane iMamelodi Sundowns neKaizer Chiefs, wonke amehlo azobe ethe njo kumqeqeshi waMakhosi, uNasreddine Nabi, ukuthi aqede ukucanasa ...
KUNGENZEKA iHollywoodbets Sharks ithembele kubadlali baphambili abangajwayele ukuqala imidlalo uma isibhekene ne-Emirates Lions kowe-United Rugby Championship ngoMgqibelo. ...
UKUHLEHLISWA kwenqwaba yemidlalo ye-Orlando Pirates, kungase kuliphazamise iqembu ngasekupheleni kwesizini ngoba lisembangweni wezicoco ezintathu.
UKULIMALA sekuphoqe omunye umdlali wamaBhokobhoko, uSteven Kitshoff, ukuthi awagaxe emgibeni amakhokho.
UBONA umdlalo wokuqala wobungani neLesotho, ubatshengisile abebefuna ukukubona njengoba beqhubeka namalungiselelo e-Women’s Africa Cup of Nations (Wafcon) umqeqeshi ...
UMSHWIBI weqembu lesizwe lekhilikithi labesilisa, uKagiso Rabada, uyethemba ukuthi ngeke babanjwe amatata uma sebebhekene ne-Australia emdlalweni wesibili we-ICC ...
Orlando Pirates (1) 2Cape Town City (1) 1I-ORLANDO Pirates icoshe amaphuzu amathathu ebiwadinga ngesikhathi inqoba iCape Town City ngo 2-1 emdlalweni Betway Premiership ...
OWAYENGUKAPUTENI weMamelodi Sundowns, uHlompho Kekana, weluleke abadlali baleli qembu ukuthi bakulindele ukuthi kuzomele bazikhandle ukuze baphume namaphuzu amathathu ...
IKaizer Chiefs izigcine embangweni wendebe yokugcina yomkhumulajezi kule sizini ithela phansi iChippa United ngo 2-0 kowe-Last 16 weNedbank Cup eFNB Stadium ngoMgqibelo ...
INGCINDEZI yokujabulisa izigidi zabalandeli beKaizer Chiefs idinga abantu abavuthiwe ngokomqondo, ngokusho komqeqeshi weKaizer Chiefs uNasreddine Nabi. Lo mqeqeshi, ...
Amagoli amathathu ashaywe nguTshegofatso Mabaso afake i-Orlando Pirates kuma-quarterfinal eNedbank Cup ngesikhathi iguqisa iBaroka FC ngo 3-1 e-Orlando Stadium ngoMgqibelo ...
LIKHOLELWA ekutheni banethuba elilinganayo ne-Orlando Pirates lokudlulela kuma-quarterfinal eNedbank Cup ibamba lomqeqeshi kwiBaroka FC, uFoster ‘Jay Jay” Hlungwani. ...
UJATSHULISWA wukuthi sebenolwazi olungcono ngezimo abazobhekana nazo kwi-ICC Champions Trophy yize benqotshwe kuyona yomibili imidlalo kwiTriSeries umqeqeshi weqembu ...
KUZODINGEKA ukuthi iKaizer Chiefs ithole indlela yokugudluza iChippa United koweNedbank Cup ukuze angashabalali amaphupho ayo okunqoba indebe kule sizini.
LIZOYIVALA ngokubhekana ne-Argentina phesheya iRugby Championship yanonyaka iqembu lesizwe lombhoxo labesilisa.
UMQEQESHI weChippa United, uThabo September, udalule ukuthi banalo iqhinga ababona lizobasiza badlule kwiKaizer Chiefs emdlalweni weNedbank Cup.
UZIBONA ehlalelwe wumsebenzi wokuqinisekisa ukuthi abadlali bayakwazi ukuvuka bazithathe emdlalweni olandelayo umqeqeshi weMarumo Gallants, uDan Malesela.
IMPHUMELA yemidlalo yayizolo yeBetway Premiership iphinde yalandisa igidigidi ngaphambi komdlalo omqoka wangoMgqibelo weBetway Premiership ozobe uphakathi kweMamelodi ...
UBONA kufanele baqine kuzona zonke izingxenye zenkundla ukuze bazibeke ethubeni lokubuya nokuthile emdlalweni weligi abazowudlala neMamelodi Sundowns umqeqeshi weSuperSport ...
UKUTHOTHANA kwemidlalo ebholeni lesimanje kusho ukuthi sesadlula isikhathi sokuthi abalandeli baklolodelane isonto lonke uma kukade kudlalwa umdlalo omkhulu njengowabakhaya ...
Ompetha base-Afrika, iBanyana Banyana, bazodlala imidlalo emibili yobungani nomakhelwane, iLesotho, eGoli ngasekupheleni kwale nyanga.
UYELASHWA esibhedlela owayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim “Shakes” Mashaba, ngokubika kokhulumela umndeni wakhe.
KUYAMKHUTHAZA ukudlula ezigabeni ezehlukene zokululama umdlali wasemuva weHollywoodbets Sharks namaBhokobhoko, u-Aphelele Fassi.
OWAYEDLALELA iqembu lesizwe lekhilikithi, amaProteas, uMonde Zondeki, ubona ukukhuphuka kwezinga lomqhudelwano we-T20 wakuleli, iBetway SA20, kunomthelela omuhle ...
LIZIBEKE ethubeni lokubuya nesicoco iqembu lakuleli lekhilikithi lamantombazane lika-Under-19 ngesikhathi lidlulela kowamanqamu eNdebeni yoMhlaba eMalaysia.